Share

Ishonile indoda esolwa ngokuziphosa eweni e-KZN

Durban - Amaphoyisa aKwaZulu-Natal aphenya isigameko sendoda eshone ngemuva kwezinsolo zokuziphosa eweni eNchanga endaweni yaseMonte Seal eduzane naseHillcrest eThekwini.

Kukholakala ukuthi le ndoda ineminyaka ebalelwa kwengu-40 ubudala.

Okhulumela abakwaNetcare 911 uthi bathole ucingo ekuseni ngopvivi ngoLwesihlanu ekuseni ngoviviv lubazisa ngezigameko.

OLUNYE UDABA: Iyelulama indoda esinde iphoswe eweni e-KZN

Ngesikhathi abosizo lokuqala befika endaweni yesigameko bekusemnyama kakhulu ukuthi bnengaqala bayibheke.

Le ndoda ibhekwe sekuqala ukukhanya.

Abosizo lokuqala iNetcare 911 besebenzisana namaphoyisa bagcine besitholile isidumbu sale ndoda.

Abosizo lokuqala bathe le ndoda ishone ngenxa yokulimala kanzima, kubika i-SABC.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 343 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 477 votes
Vote
Rand - Dollar
18.92
-0.1%
Rand - Pound
23.91
-0.0%
Rand - Euro
20.45
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.35
-0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.1%
Platinum
911.00
+1.6%
Palladium
1,008.15
+0.6%
Gold
2,222.89
+1.3%
Silver
24.90
+1.0%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.9%
Resource 10
57,251
+2.9%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE