Share

Isibhedlela sithe owesimame ushonile kodwa umndeni wamthola esaphila

Johannesburg  - Umndeni waseMeyerton ubusubikele izihlobo nabangane ngokushona kwendodakazi kulandela umbiko ovela esibhedlela.

Bavele badideka sebefika esibhedlela saseKopanong eVereeneging beyolanda umzimba bathola umuntu ephila saka.

Ngokusho kwelungu le-DA ehhovisi likaMEC wezeMpilo esifundazweni saseGauteng, umndeni wakwaHugo washayelwa ngamaphoyisa ebatshela ngokudlula emhlabeni kukaTracy Palesa Hugo,26, ngoLwesithathu odlule.

OLUNYE UDABA:Isibhicongo kuthathana phezulu izigebengu nalalungu omphakathi

Uma befika esibhedlela, umhlengikazi wabatshela ukuthi umzimba wakhe usugoqiwe futhi usulungele ukuthathwa.

Kuthiwa isibhedlela sacela amaphoyisa ukuba alekelele ngomkhondo walo mndeni ngoba bebengenazi izinombolo zawo.

Okudidayo wukuthi isibhedlela asizange sisabuyela emaphoyiseni ukucacisa ukuthi asishonanga isiguli bebedinga amalungu omndeni, kubika iCitizen.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
63% - 213 votes
No! It's time to move on ...
37% - 124 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
+1.1%
Rand - Pound
23.78
+0.7%
Rand - Euro
20.39
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.41
+0.6%
Rand - Yen
0.12
+1.2%
Platinum
916.00
+0.4%
Palladium
1,006.00
+0.1%
Gold
2,328.74
+0.6%
Silver
27.38
+0.8%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,438
-0.2%
All Share
74,385
-0.2%
Resource 10
61,594
+1.9%
Industrial 25
102,928
-1.0%
Financial 15
15,826
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE