Share

Isobishini intombazane 'eqambe amanga' ngokudlwengulwa

Johannesburg - Isobishini intombazane eyabikela amaphoyisa ukuthi yona kanye nabanye abafundi ababili badlwengulwa.

Intombazane eneminyaka engu-18 ubudala efunda eBoksburg, e-East Rand, ingase ibhekane namacala ngemuva kokuba ifunge yathi yathunjwa yadlwengulwa nabanganoi bayo.

Okhulumela amaphoyisa aseReiger Park uSergeant Mashudu Phathela uthi umfundi waseSt Anthony’s Education Centre utshele amaphoyisa ngoMsombuluko ukuthi yena nabanye abafundi ababili bathunjwa badlwengulwa.

Funda nalolu daba: Angase aphume ngempelasonto uNgqongqoshe esibhedlela

Utshele amaphoyisa ukuthi bebephuma esikoleni beya ekhaya ngempelasonto edlule ngesikhathi bebhozonyelwa abalisa abane ebebehlomile, kubika iBoksburg Advertiser.

Kodwa ngesikhathi amaphoyisa eseqalise uphenyo, athola ukuthi ababili kubona bebesemakhaya nemindeni yabo engazi lutho ngalezi zinsolo.

Batshele amaphoyisa ukuthi omunye wabo kungenzeka ukuba uzikhandele lolu daba njengoba ebehambe nesoka lakhe ngempelasonto.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Are you among the many South Africans who've added more tinned fish to their grocery baskets?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, pilchards is the new chicken
40% - 361 votes
No, I can't stand canned foods
60% - 544 votes
Vote
Rand - Dollar
18.64
-0.7%
Rand - Pound
23.28
-0.5%
Rand - Euro
20.03
-0.6%
Rand - Aus dollar
12.24
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
973.50
-0.6%
Palladium
971.00
-0.3%
Gold
2,316.10
+0.1%
Silver
27.25
0.0%
Brent-ruolie
83.16
-0.2%
Top 40
70,676
-0.2%
All Share
76,851
-0.1%
Resource 10
60,396
-1.1%
Industrial 25
107,411
+0.2%
Financial 15
16,716
+0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE