Share

Ivideo: Abazali baphika izinsolo zokuthi kuneziqhwaga esikoleni

Cape Town - Abanye abazali bezingane ezifunda esikoleni iFairbairn College batshele abezindaba i-Eyewitness News ukuthi abakholwa ukuthi kuneziqhwaga esikoleni esiseGoodwood.

Umama womunye wabafundi usabalalise ngevideo okubonakala kuyo indodana yakhe ishaywa enkundleni zokuxhumana.

Lesi sigameko sokuhlasela senzeke emasntweni amabili adlule.

Lo mama uthe ngesikhathi ebika ngalesi sigameko iPhini likathishanhloko wavele wamtshela ukuthi abakwazi ukuqinisekisa ukuphepha kwendodana yakhe.

Abe-EWN bacele ukuxoxa nothishanhloko wesikole.

Abanye abazali abebelinde ngaphandle kwesikole namuhla ntambama ukuyoldana izingane zabo batshele abe-EWN ukuthi abazi luthi ngesigameko sokuhlasela futhi abakezwa lutho ngaso.

Lesi sigameko sokuhlasela siqoshwe kukhamera sitshengisa umfundi ehlasela omuneye umfundi.

IVIDEO: 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
50% - 363 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
50% - 369 votes
Vote
Rand - Dollar
19.20
-0.0%
Rand - Pound
23.87
-0.7%
Rand - Euro
20.47
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.39
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
921.50
-1.0%
Palladium
1,018.50
+0.3%
Gold
2,314.74
-0.5%
Silver
27.00
-0.7%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
67,983
+0.7%
All Share
73,918
+0.5%
Resource 10
59,585
-2.2%
Industrial 25
102,749
+1.7%
Financial 15
15,852
+1.5%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE