Share

Kubulawe 3 wabafana abasolwa ngelokubulala ikhehla

Cape Town – Abafana ababili bashonele esibhedlela ngemuva kokutitinywa kanzima umphakathi eMthatha, e-Eastern Cape, kusho amaphoyisa esifundazwe.

Lokhu kulandela ukugwazwa kwekhehla ngempelasonto, lashona.

Amalungu omndeni waleli khehla asolwa ngokuhlasela abafana abane abebasola ngokulibulala.

OLUNYE UDABA: Umphakathi ubulale owesifazane umsola ngokubulala umyeni wakhe

Oyedwa umfana ushonele endaweni yesigameko, kwathi abanye ababili baphelela esibhedlela kanti owesine kubikwa ukuthi ubangwa nezibi esibhedlela.

Okhulumela amaphoyisa esifundazwe uLieutenant Colonel Mzukisi Fatyela uthe: “La bafana bashaywa ngempelasonto eyedlule, ababili kubo bashonela esibhedlela.

“Okwamanje bekungakaboshwa muntu, kepha silandela imikhondo eminingi.”

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 456 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 977 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE