Share

Kudlwengulwe indoda, 54, ilele emzini wayo

Kimberley – Amaphoyisa aseNorthern Cape aphenya ngesigameko sokudlwengulwa kwendoda nentombazane, okuyizigameko ezehlukene ezenzeke ngempelasonto.

Amaphoyisa aseJan Kempdorp athi aphenya ngokudlwengulwa kwendoda, 54, edlwengulwe ngabo-05:40 ngoMgqibelo, kusho uLieutenant Colonel Hendrik Swart ngeSonto, kubika i-ANA.

“Kusolakala ukuthi isisulu besilele emzini waso ngesikhathi umsolwa, 30, engena ngewindi wasishaya ngesikhali esibuthuntu ekhanda wase eyasidlwengula. Umsolwa zibe seziyamkhalela ngemuva kwalesi sigameko,” esho.

OLUNYE UDABA: Kudlwengulwe isalukazi ngoba sinemali encane

Kwesinye isigameko, kudlwengulwe intombazane, 17, ngabo-01:00.

“Kusolakaka ukuthi isisulu besikubo siphuza ubhiya nabangani, sathi uma sesizwa ukuthi sesidakiwe saya kolala. Kuthe ngokuhamba kwesikhathi sadlwengulwa umsolwa, obe eseqhubeka elala eduze kwesisulu.”

Zibe seziyamkhalela umsolwa.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
38% - 20 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
62% - 32 votes
Vote
Rand - Dollar
19.24
-0.4%
Rand - Pound
23.90
-0.3%
Rand - Euro
20.47
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.31
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.7%
Platinum
950.60
+0.0%
Palladium
1,030.50
+0.1%
Gold
2,388.57
+0.4%
Silver
28.32
+0.3%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,479
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE