Share

Kuduke umfana ominze behambe nesikole

Johannesburg – Umfana waseMotherwel, e-Eastern Cape, odukile, kusolakala ukuthi ugwilize emfuleni iRedhouse River behambe nesikole ngoLwesihlanu, kubika iHeraldLive.

Lesi sigameko senzeke ngabo-13:00 ngesikhathi lo mfana, 14, obehamba nezinye izingane ezingu-123 afunda nazo eNkwenkwezini Primary School, begudla lo mfula behamba nothisha ababili kanye nesisebenzi saseZwartkops Conservancy.

Ngokusho kwabezimo eziphuthumayo, la bafundi bese befike endaweni abazohlaba kuyo ikhefu ngesikhathi isisebenzi sizwa ukukhala kwamanzi sengathi khona umuntu ogxumbuzeka kuwo.

OLUNYE UDABA: Kuminze umfana, 9, emfuleni osePort Elizabeth

Sithe uma siqalaza sabona lo mfana elokhu eshona evumbuka emanzini kubonakala ukuthi uyaminza, kuthe ngokuhamba kwesikhathi wanyamalala phansi kwamanzi.

Okhulumela amaphoyisa uConstable Mncedi Mbombo uthe amaphoyisa angabatshuzi ahluleke ancama ukuthola lo mfana ngaphansi kwamanzi.

“Lezi zingane bezihambe nesikole ngesikhathi kwenzeka lo mshophi. Bezitsheliwe ukuthi zingabhukudi, kepha ngenxa yokuthi belishisa kakhulu ilanga, le ngane igxumele emanzini ithi iyabhukuda,” kusho uMbombo.

Isikole asitholakalanga ukuba siphawule.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
33% - 400 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
67% - 828 votes
Vote
Rand - Dollar
19.12
+0.2%
Rand - Pound
23.70
+0.5%
Rand - Euro
20.36
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.27
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
944.30
-0.6%
Palladium
1,026.00
-0.3%
Gold
2,395.13
+0.7%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE