Share

Kufunwa abazoba 'yizimpimpi' zamaphoyisa

Cape Town -  Uma unodlebe futhi nezindaba zingavamule ukukwedlula endleleni, ungase ubengomunye wabangakwazi ukuba yinhloli yamaphoyisa asenkabeni yaseGoli.

Lawa maphoyisa akhiphe isitatimende athi afuna abantu abazosiza amaphoyisa ekutholeni izigebengu.

UWarrant Officer Xoli Mbele utshele iNews24 ukuthi bacelwe yizikhulu ukuthi bandise izinhloli ezizobasiza ekulwisaneni nobugebengu.

Abantu kumele bafake izicelo zokuba 'yizimpimpi' kanti uma izicelo zabo zamukelwa, bazobhaliswa baqeqeshwe ukuze bathole izindlela abazosebenza ngazo ngaphandle kokubeka impilo yabo ebungozini.

Funda nalolu daba: 'UZuma udine abe-ANcngokufuna ukukhokha'

“Akumele babeke impilo yabo engcupheni,” kusho uMbele. ''Ngeke babophe muntu bona futhi ngeke bazenze lutho izigebengu noma abasolwa.”

'Izimpimpi' ngeke futhi kudingeke ukuba zethule ubufakazi enkantolo kodwa zizotshela amaphoyisa bese kubayiwona aqhuba uphenyo.

Abafuna lo msebenzi bangafonela inombolo ethi: 0114977135 noma uMbele ku: 0827776263.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 26 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 722 votes
Sometimes - it depends on the film release
31% - 341 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE