Share

Kugwetshwe abokufika ngokuhlukumeza izilwane

Johannesburg - Agwetshwe izinyanga ezingu-8 ebhadle ejele amadoda amane ePolokwane, eLimpopo ngecala lokuhlukumeza izilwane ngemuva kokutholakala kwezimbongolo ezingu-41 zingekho esimeni esikahle.

USougson Manasseh‚ uMadhihwa Mjasha‚ uTarget Murima no-Amoni Chirwa‚ bagwetshwe eNkantolo yeMantshi yasePolokwane ngoLwesibili.

OLUNYE UDABA: Sinyukile isibalo sokwebiwa kwezimbongolo

"La mdoda avume icala lokuhlukumeza izilwane ngaphansi kowe-Animals Protection Act No 71 of 1962.

"Onke la madoda angowokufika ezweni kanti aphinde agwetshwa izinyange ezimbili ngaphezulu ngokuba kuleli ngokungemthetho," kusho uGrace de Lange we-Society for the Prevention of Cruelty to Animals (SPCA) said.

Amacala azowadonsa kanyekanye, kubika iTMG Digital.

La madoda abanjwa ethutha izimbongolo esuka eLimpopo ebheke eRandfontein‚ esilaheni esiseGauteng‚ elayiseh izimbongolo ezingu-41 emotweni.

"Izimbongolo zesilisa, isifazane nezinkonyane zonke ziphakathi, iningi lezilwane ziqulekile, zipitshizekile, zifile noma sezifa."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 881 votes
No! It's time to move on ...
33% - 434 votes
Vote
Rand - Dollar
18.83
+1.0%
Rand - Pound
23.57
+1.0%
Rand - Euro
20.18
+1.1%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.8%
Platinum
924.10
-0.2%
Palladium
974.00
-1.7%
Gold
2,341.82
+0.4%
Silver
27.49
+0.2%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,193
+1.1%
All Share
75,149
+1.1%
Resource 10
62,964
+1.4%
Industrial 25
103,465
+0.9%
Financial 15
15,988
+1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE