Share

Kulindeleke avele enkantolo osolwa ngetulo lokubulala izikhulu zikhulumeni

Cape Town – Indoda esolwa ngokwakha itulo lokubulala izikhulu eziphezulu zikahulumeni ezithathwa ngokuthi ziyahlomula ezinsolweni zokulawulwa kombuso kulindeleke ukuthi ivele okokuqala eNkantolo yeMatshi yaseGoli ngoLwesihlanu.

Le ndoda eneminyaka engu-23 ubudala iboshelwe eMidrand ngoLwesithathu nalapho ibe isibekwa khona icala lokwakha itulo lokubulala kanye namanye amacala.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele osolwa ngokwakha itulo lokubulala amalungu eKhabhinethi

Amaphoyisa ophiko loKlebe athi ngenyanga ka-Okthoba ngonyaka odlule avimba ukuxhumana ngalokho okwakungase kube ukubulala okwakuhlelwa nalapho iningi lezikhulu zeKhabhinethi, izinkampani zikahulumeni kanye nabanye abantu abadumile eNingizimu Afrika bebalwe njengabanye balabo abebezosocongwa.

Ngokusho kophiko loKlebe, umsolwa ungumsunguli we-Anti-State Capture Death Squad Alliance (ASCDSA) kanti uboshwe “ngesikhathi esematasa nokuchazela labo abanikela ngemali ukuthi ukubulawa kwabantu abazuza ekulawulweni kombuso bekuzokwenziwa kanjani ngoshayasibhamu abadubula bekude beshaya umshoshaphansi”.

Bangu-19 abantu obekuhlelwe ukuthi bazobulawa kanti amagama abo azodalulwa enkantolo, oKlebe basho kanjalo.

Isicelo sebheyili sizophikiswa ukuze kuvunyelwe ukuthi kuqhutshekwe nolunye uphenyo. 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 28 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 737 votes
Sometimes - it depends on the film release
32% - 356 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE