Share

‘Kumele ehle esikhundleni uMandla Mandela ’

Cape Town - ICongress of Traditional Leaders of South African (Contralesa) isiphakamise ukuthi kumele iNkosi yaseMvezo, uMandla Mandela, yehle esikhundleni kulandela ukuguqukela enkolweni yobuSulumane.

UMandela ugcagcelwe nguRabia Clarke, oyiSulumane, ngempelasonto kanti kukholakala ukuthi wazinikela ebuSulumaneni ngonyaka odlule.
Lo ngumshado kaMandela wesine.

OLUNYE UDABA: UMandla Mandela akanandaba nomunye umuntu - Ndaba

Okhulumela iContralesa, uXolile Ndevu, uthi inkolo entsha kaMandela iyinkinga.

UNdevu ukholelwa ekutheni uMandela ngeke akwazi ukuhola abantu baseMvezo aphinde abe yiSulumane ngesikhathi esisodwa.

“Lokhu kuchaza ukuthi akaseyona iNkosi yabaThembu eMvezo ngoba abantu bakhona abawona amaSulumane.”

Izinkundla zokuxhumana zigxeke uMandela ngesenzo sakhe, zathi ngokwesintu unkosikazi nguye oguqukela enkolweni yasemzini.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
64% - 355 votes
No! It's time to move on ...
36% - 196 votes
Vote
Rand - Dollar
19.06
+0.8%
Rand - Pound
23.74
+0.9%
Rand - Euro
20.38
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.37
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+1.0%
Platinum
909.00
-0.4%
Palladium
985.50
-1.9%
Gold
2,320.40
+0.2%
Silver
27.21
+0.2%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
67,907
-1.0%
All Share
73,854
-0.9%
Resource 10
61,010
+0.9%
Industrial 25
101,990
-1.9%
Financial 15
15,787
-0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE