Butterworth – Amaphoyisa athungatha isigameko sokubulawa komfana oneminyaka engu-15 ubudala oshone ngeskhathi kusha ngoMgqibelo.
Okhulumela amaphoyisa uCaptain Jackson Manatha uthe isigameko senzeka ngezithuba zabo-20:30 eZazulwana Village eButterworth.
OLUNYE UDABA: Ishonile indoda ezokhele ngomlilo eMontecasino eGoli
UManatha uthe kusolwa ukuthi umlilo udalwe uphaklafini obubekwe maqondana ne-heater.
UManatha uphinde wathi qbazali bomufi bebelele kwelinye igumbi kanti bavel;e bashaqeka ngesikhathi bebona ilangabi elikhulu egumbini lendona yabo. Indodana yabno ibilele ngaleso sikhathi.