Share

Kushone 1 kwalimala kabi ababili kungqubuzana izimoto

Alberton – Kushone umuntu oyedwa kwalimala kabi abanye ababili ngesikhathi kungqubuzana izimoto zabo ngasemgwaqeni uKliprivier noSwartkoppies e-Alberton ngoMgqibelo, kusho abosizo lokuqala eGauteng.

Ngemuva kwehora leshumi nomuvo, abosizo lokuqala bakwa-ER24 bafike endaweni yesigameko bathola ukuthi abantu ebekuleyo ndawo besebemkhiphile omunye wabashayeli emotweni, kusho okhulumela i-ER24 uWerner Vermaak.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa athungatha abeqe esitokisini

"Ubesesimeni esibucayi. Uthole ukwelashwa endaweni yesigameko wabe esephuthunyiswa eMulbarton Hospital ngokuhamba kwesikhathi. Owesifazane naye utholakale elimele ezindaweni eziningi. Ubesavaleleke emotweni, kwadingeka ukuba akhishwe kuqala. Esekhishiwe, uphuthunyiswe e-Union Hospital.

"Omunye wesifazane oneminyaka engu-19 ubudala naye utholakale esesimeni esibucayi. Ngesikhathi abosizo lokuqala besamhlenga, isimo sakhe sibebucayi kakhulu, wagcina engasaphefumuli. Abosizo lokuqala bazamile ukumphefumulisa isikhathi eside kodwa ngeshwa washona,” kusho uVermaak.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 19 votes
Hardly - I prefer streaming online
68% - 645 votes
Sometimes - it depends on the film release
30% - 291 votes
Vote
Rand - Dollar
19.17
-0.9%
Rand - Pound
23.85
-0.7%
Rand - Euro
20.42
-0.6%
Rand - Aus dollar
12.32
-0.7%
Rand - Yen
0.12
-0.7%
Platinum
953.60
+0.1%
Palladium
1,034.00
-0.1%
Gold
2,388.08
+1.1%
Silver
28.41
+0.6%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE