Share

Kutholwe imilenze nezingalo zikamathananazana zilenga odongweni lomuzi

Cape Town – Kubonakale kulenga imilenze nezingalo zemfene  odongeni lomuzi oseBoston eBellville, eKapa, okusolwa ukuthi isetshenziselwa ukuwuvikela ezigebengwini, kusho iCape of Good Hope SPCA ngoLwesihlanu.

Abahloli basukume bazithatha bencinzwa indlebe ngodaba bafike bathola izingalo nemilenze yemfene zilenga odongeni lomuzi endaweni yaseBoston, kusho iCape fo Good Hope Society for the Prevention of Cruelty to Animals (SPCA) esitatimendeni.

I-SPCA ithe abanini bomuzi sebeyisusile imilenze nezingalo zale mfene eyatholwa ifile epulazini. Angeke lize lidalulwe igama lepulazi nokuthi likuphi.

OLUNYE UDABA: Umlimi uyayiphika imfene ehlasele umfanyana, 6, e-KZN

"Izimfene zivele ziyizisulu zokuhlaselwa nokuphathwa kabi, manje seziyabulawa zishumpulwe  ngegama lokuvikela abantu," kusho isitatim,ende.

Le milenze nezingalo zishaqiwe kanti abakwa-SPCA baphenya udaba besebenzisana namaphoyisa nabeCape Nature. 

"Angeke size singabaze ukushushisa abantu uma butholakala ubufakazi bokuhlukunyezwa kwalesi silwane."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1102 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1179 votes
Vote
Rand - Dollar
19.19
+0.1%
Rand - Pound
23.97
-0.1%
Rand - Euro
20.57
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.50
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
912.90
+0.1%
Palladium
1,004.00
-0.1%
Gold
2,318.11
+0.1%
Silver
27.17
+0.0%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,574
0.0%
All Share
74,514
0.0%
Resource 10
60,444
0.0%
Industrial 25
104,013
0.0%
Financial 15
15,837
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE