Share

Kuthungathwa iziboshwa eziyingozi ezeqile

Johannesburg - Amaphoyisa aseNorth West athungatha iziboshwa ezine eziyingozi ebezilinde ukuthethwa kwamacala azo, kusho umbiko.

Kuthiwa lezi ziboshwa zijombe evenini ebizihambisa eNkantolo yeMantshi yaseBrits.

Kusolakala ukuthi iveni ibithwele lezi ziboshwa zisuka ejele laseMgwase ngoLwesihlanu, kubika i-SABC.

Okhulumela amaphoyisa uLeonard Hlathi uthe abasolwa babhekene namacala ehlukene futhi kunxuswa umphakathi ukuba ungazami ukubabamba.

OLUNYE UDABA: Kweqe iziboshwa eziyisithupha esitokisini eGoli

"Amaphoyisa atshelwe ukuthi sekweqe iziboshwa, athi uma eyobheka ngemuva athola ukuthi kweqe ezine. Iziboshwa ezimbili kulezi ngezaseZimbabwe, oChris Sithole no-Alfonzo Mpofu abebeboshelwe amacala amane okudlwengula, elilodwa lokubulala nelokuphanga."

UHlathi uthi laba beqe noGibson Msimango no-Ontse Lebese, abebeboshelwe ukugqekeza umuzi.

"Amaphoyisa acela onolwazi ukuba axhumane noCaptain Jonas Masenamela kwethi 0824160712.”

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1094 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1170 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
+0.0%
Rand - Pound
23.98
-0.1%
Rand - Euro
20.58
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.51
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
912.20
0.0%
Palladium
1,001.00
-0.4%
Gold
2,319.32
+0.2%
Silver
27.18
+0.1%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,574
0.0%
All Share
74,514
0.0%
Resource 10
60,444
0.0%
Industrial 25
104,013
0.0%
Financial 15
15,837
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE