Share

Kuxwayiswa ngemvula nezikhukhula eGauteng

Johannesburg –  I-South African Weather Service (SAWS) ikhiphe isexwayiso ngezimvula ezinamandla ezingxenyeni zezwe, okubalwa isifundazwe iGauteng lapho okungenzeka ukuthi kube nezikhukhula.

Isangoma sezulu u-Elizabeth Webstar ukhulume nabephephandaba iThe Star namuhla ekuseni (ngoMsombuluko) sathi nakuba kulindeleke ukuba line lonke leli sonto, lizoyidliva ngoMsombuluko nangoLwesibili.

OLUNYE UDABA: Izikhukhula zidale umonakalo eKruger Park

Kulindeleke amathuba ezimvula angu-80% ephelezelwa ngamakhaza.

Ezinye izindawo ezithintekayo kubalwa izingxenye ezisentshonalanga yeNorth West, ingxenye esenyakatho yeFree State kanye nezingxenye ezisenyakatho yeKwaZulu-Natal.

UWebster uqhube ngokuthi lesi sexwayiso sikhishelwe lezi zinsuku zombili njengoba kulindekeke amamilimitha emvula angu-50 esikhathini esingamahora angu-24.

"Le mvula ingase idale nezikhukhula."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 450 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 953 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent-ruolie
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE