Share

Kuxwayiswe amantombazane ngocansi kulamaholidi

Mbombela - Kuxwayiswe abafundi baseSchoemansdal eMpumalanga ukuba bagweme ukuchitha amaholidi abo aDisemba ngokuzibandakanya ocansini abazozisola ngalo kusasa.

Isikhulumi sasesiShayamthetho eMpumalanga, uThandi Shongwe, ukusho lokhu ngesikhathi evakashele esikoleni iLugebhita Secondary, eningizimu neMalalane.

OLUNYE UDABA: Kuxwayiswa abafundi baseKZN ngezikole

“Ngiyaniyala wezingane zamantombazane ukuba nigxile ezifundweni zenu nikhohlwe okomhlaba, nisebancane futhi ngifuna nizigade kakhulu ngezinsuku zikaDisemba, ningabi ngondingasithembeni, nidlale abantu abangenandaba nekusasa lenu,” usho njalo.

UShongwe uphinde waxwayisa amantombazane ngokuthi njengoba ebhala izivivinyo zawo zokuphela konyaka angalibali izinkundla zokuxhumana ngaphandle uma besizana ngezifundo kuzo.

"Ngicela nabazali ukuba banikeze izingane isikhathi sokutadisha," usho njalo.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 213 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 454 votes
Vote
Rand - Dollar
19.23
-0.4%
Rand - Pound
23.93
-0.4%
Rand - Euro
20.48
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.34
-0.3%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
949.60
-0.1%
Palladium
1,023.50
-0.6%
Gold
2,383.16
+0.2%
Silver
28.34
+0.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,671
-0.8%
All Share
72,706
-0.8%
Resource 10
62,982
-0.5%
Industrial 25
97,465
-1.0%
Financial 15
15,383
-0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE