Share

Lihlehlile elowatholwa nezicubu 'zezinkomo' efrijini

Bloemfontein –  Icala elibhekene noPeter Frederiksen odabuka eDenmark osolwa ngokushumpula izicubu 'zezinkomo' zabantu besifazane lihlehliswe eNkantolo eNkulu yaseFree State eBloemfontein ngoLwesihlanu.

Umshushisi u-Amanda Bester ucele inkantolo ukuba icala lihlehliselwe umhlaka-11 Novemba ukuze kuzoqinisekiswa ukuthi ngubani ozomela uFrederiksen uma sekuqulwa icala.

UBester uthe wathola i-email evela kummeli wakhe, uHoward Woolf, ethi badinga "amasonto amabili okuqondisa izinto".

OLUNYE UDABA: Ubuyela enkantolo owatholakala nezicubu "zezinkomo" efrijini

"Asazi ubani ozommela umsolwa," usho njalo.

Uthe umbuso usuqedile ngophenyo lwalo kanti kulindeleke ukuba ukuqulwa kwecala kuthathe amasonto angu-8.

UFrederiksen, 64, utshele inkantolo ukuthi umndeni wakhe uzomulekelela ngokukhokhela ummeli wakhe. Uthe akazi klungani ummeli wakhe engafikanga enkantolo ngoba ubesevele emkhokhele imali engu-R500 000.

"Kuzofanele ngibonane naye ngoLwesibili kanti uma kungenzeki luhto kufanele ngothole ummeli omusha. Kunzima kumina ukuthi ngingahala cishe isikhathi esingaphezu konyaka esitokisini. Kudala ngagcina ukubona izingane zami noma ngikhulume nazo," usho njalo.

"Inkosikazi yami yashona kathweswa icala lokwakha itulo lkuba ibulawe, kodwa ayibulawanga imina."

UFrederiksen ubhekene namacala angu-59 okubalwa kuwo elokshaya ngenhloso yokulimaza, ukutholakala nemithi engekho emthethweni, isibhamu esingekho emthethweni, ukusabalalisa nokutholakala namafilimu ocansi lwezingane, ukwakha itulo lokubulala nelokuba nesithembu.

Umsolwa waboshwa ngomhlaka-17 Sethemba 2015 ngemuva kokutholakala kwezicubu ezingu-21 zezitho zangasese zabantu besifazane efrijini emzini wakhe.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 518 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 542 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.4%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
920.40
-1.1%
Palladium
1,026.50
+1.1%
Gold
2,322.61
-0.2%
Silver
27.34
+0.6%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE