Share

Owesifazane udlwengulwe yisigebengu esimngenele kwakhe

Bloemfontein – Kuhlaselwe owesifazane wadlwengulwa emzini wakhe oseBloemfontein, kusho amaphoyiska aseFree State ngeSonto.

Kuthiwa lesi sigameko senzeke ngemuva nje kancane kokuthi kuphume umyeni wakhe ngabo-02:00 ngoMgqibelo.

Umhlaseli kuthiwa ungene ngefasitela lasegumbini lokugezela, kusho owamaphoyisa uCaptain Chaka Marope.

OLUNYE UDABA: Kudlwengulwe intombazane ilibangise ekhaya

Izingane ezimbili zalezi zithandani, ezineminyaka emibili neyisithupha ubudala, bezilele ngaleso sikhathi.

Le ndoda ibe isidlwengula lo wesifazane yase yeba ikhompyutha, umakhalekhukhwini nebhokisi elinobucwebe.

Okwamanje bekungakaboshwa muntu.

Kuscelwa noma ubani ongaba nolwazi ukuba ashayele uDetective Warrant Officer Snyman kwethi 082 455 6081.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 475 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1039 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE