Share

Siyehla isibalo sabantu abethemba amaphoyisa kuleli - Umbiko

Johannesburg – Ucwaningo lweStatistics South Africa (Stats SA) luthole ukuthi kuyenyuka kubantu bakuleli ukungawethembi amaphoyisa.

Lo mbiko ulandela izibalo zobugebengu ezakhishwa amaphoyisa ekuqaleni kwalo nyaka, ezatshengisa ukuthi zinyukile izigameko zobugebengu iminyaka emithathu ilandelana.

OweStats SA, uKefiloe Masiteng, uthe lokhu sekuyishintshe kakhulu indlela abantu abaziphatha ngayo.

OLUNYE UDABA: Isalele emuva intsha emnyama - Stats SA

“Imindeni isisaba ngisho ukuyodlala nezingane emapaki noma zidlale zodwa ngaphandle ngenxa yokukhula kwezigameko zobugebengu.”

Unezezele ngokuthi bambalwa abantu bakuleli abethemba amaphoyisa.

“Yize ziphezulu izigameko zobugebengu, iningi lazo azizange zibikwe emaphoyiseni ngoba abantu abaningi bathi amaphoyisa ayevele engeke enze lutho ngazo.”

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 500 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 705 votes
Vote
Rand - Dollar
18.90
+0.2%
Rand - Pound
23.86
+0.2%
Rand - Euro
20.36
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE