Share

Siyohlezi simubhekile umama - Amadodana kaNcwane

Johannesburg - Ngemuva kokudlula emhlabeni komculi wokholo, uSifiso Ncwane, ngoMsombuluko, izingane zakhe ezimbili nonkosikazi wakhe, u-Ayanda Ncwane, babele enkundleni yezokuxhumana i-Instagram bevalelisa kubaba wekhaya.

"Baba: Ngibonga konke okwenzele umndeni wonkana. Ngiyazi ubungaqondile ukusisshiya. Ngiyathemba ukuthi uzolala ngoxolo futhi ngiyathembisa ukuthi ngizolandela ezinyathelweni zakho. Akekho omunye ubaba oyoba khona onothando njengawe. Nginithanda nonke," kubhala indodana yokuqala kaSifisio Ncwane, uNgcweti.

OLUNYE UDABA: Ubeyibiza ngoKim Kardashian Ncwane inkosikazi yakhe uSifiso

Umfowabo kaNgcweti omncane, uMawenza, naye ubhale enkundleni yezokuxhumana i-Instagram naye evalelisa kubaba wakhe. Kuyo yonke imiqhafazo yakhe ayibhalile bekucaca ukuthi ukhathazeke ngomama wakhe.

"Uyiqhawe lami baba. Siyohlezi simvikela umama," ubhale kanje.

Osaziwayo okubalwa kubo uMaps Maponyane noTbo Touch nabo badlulise amazwi enduduzo ngokudlula kwalo mculi.

USifiso Ncwane, 37, weculo Kulungile Baba usishiye ngoMsombuluko esibhedlela esiseFourways eGoli kulandela ukuxinwa wukugula isikhashana.

 IZITHOMBE:

In Wild Cost here, well I think ????

A photo posted by @ngcwetincwane1 on

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 500 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 705 votes
Vote
Rand - Dollar
18.90
+0.2%
Rand - Pound
23.86
+0.2%
Rand - Euro
20.36
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE