Share

Ukushaqeka ethola ukuthi ukhokhele uSamoosa engu-R219.56

Johannesburg - Uthuke woma umama obeyothenga igilosa ngesikhathi esethulula igilosa yakhe kwakhe ethola ukuthi ukhokhele usamoosa omthathu ngemali enkulu.

Lo mama obethenga esitolo sakwaSpar ukhiphe imali enkulu ethilini kodwa wanganaka wazitshela ukuthi ukunyuka kwamanani ezimpahla ezitolo.

Ngesikhathi efika endlini esethulula impahla yakhe indodakazi yakhe ibe isimbuza ukuthi "ngabe ngempela ukhokhele osamoosa abathathu imali enguR219.56?" ngesikhathi ibona ukuthi umama wayo ukhokhele osamoosa abathathu imali enkulu.

OLUNYE UDABA:  Ziboshiwe izaguga ezibanjwe zimince igilosa eLimpopo

Lo mama wazitshela ukuthi ndodakazi yakhe iyazincokolela nje.

Ngesikhathi lo mama esebhekisisa islip semali engu-R682.67 ube esebona ukuthi uwukhokhele imeli enkulu usamoosa.

Imenenja yakwaSpar ibe isixolisa yathi bekuyiphutha lo mama wabuyiselwa imali yakhe ngesikhathi esephindela esitolo.

"Abantu kufanele baxwayiswe, bazifunde iziliphu zabo ngaphambi kokuphuma ezitolo. Ukube indodakazi yami ayibonanga ngabe ngilahlekelwe yimali enkulu.Ngicabange ukuthi ngoba izinto ziyashaywa ethilini, alikho iphutha elingenzeka. Ngiboanga indodakazi yami," kusho lo mama etshela abeLadysmit Gazette.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 195 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 414 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
-0.3%
Rand - Pound
23.89
-0.3%
Rand - Euro
20.46
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.32
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.4%
Platinum
949.40
-0.1%
Palladium
1,021.50
-0.8%
Gold
2,381.80
+0.1%
Silver
28.27
+0.1%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,616
-0.9%
All Share
72,678
-0.8%
Resource 10
62,830
-0.7%
Industrial 25
97,592
-0.8%
Financial 15
15,349
-0.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE