Share

Uma uvotela elinye iqembu udlala ngesikhathi sakho - Zuma

Pretoria – UMengameli Jacob Zuma ukhulume ngentukuthelo wachaza ukuthi kungani kwasungulwa amaqembu aphikisayo emcimbini we-ANC obubanjelwe ePitoli ngoLwesihlanu.

Lo mcimbi ubuhanjelwe ongqongqoshe bakazwelonke nabezifundazwe.

“Amaqembu aphikisayo asungulwa ngenxa yemibono yamaqeqebana noma abantu abathile ababedinwe okuthile ngaleso sikhathi," kusho uZuma ethula inkulumo eqavile.

OLUNYE UDABA: UMengameli Zuma kuzomele akhulume iqiniso - Buthelezi

“Kepha i-ANC yasungulwa ngenxa yokubuka isimo sezwe nenselelo abantu bakuleli ababebhekene nayo, ukuze kulwelwe amalungelo abo."

Uqhube ngokuthi i-ANC yasungulelwa ukulwela ukulingana, ukuqeda ubandlululo nokulwisana nezinto eziningi azazenzeka ngaleso sikhathi eyasungulwa ngaso.

Umengameli Zuma ube esethi: "Uma uvotela elinye iqembu lezombusazwe, usuke udlala ngesikhathi."

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 245 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 356 votes
Vote
Rand - Dollar
18.98
-0.4%
Rand - Pound
23.99
-0.4%
Rand - Euro
20.52
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.36
-0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.4%
Platinum
900.15
+0.4%
Palladium
1,000.00
-0.2%
Gold
2,213.05
+0.8%
Silver
24.68
+0.2%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,324
+1.0%
All Share
74,499
+0.8%
Resource 10
57,210
+2.8%
Industrial 25
103,820
+0.5%
Financial 15
16,514
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE