Share

‘UMalema udinga usizo lwezengqondo’

Johannesburg – Umholi we-Economic Freedom Fighters, uJulius Malema, udinga usizo lwezengqondo, kusho i-ANC Youth League (ANCYL).

Lokhu kungemuva kwezitatimende ezenziwe uMalema e-United Kingodom ngesonto eledlule.

UMalema wathi uNelson Mandela walidayisa izwe ngemuva kokuphuma ejele, waphinde wathi uhleko lukaMengameli Jacob Zuma lugqiba ukuphatheka kabi.

"Ukuhlasela owayengumengameli ongasekho emhlabeni uNelson Mandela, ubaba wesizwe, kwaba yinto embi impela, kepha uma sibheka isimo somqondo kaMaleam izwe akumele likhathazeke,” kusho i-ANCYL esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Uhleko lukaZuma lugqiba ukuphatheka kabi – Malema

Inhlangano ithe amagalelo kaMandela ayazikhulumela wona ngokwawo, hhayi eNingizimu Afrika kuphela kepha emhlabeni jikelele, ngakho akufanele engabe kukhulunywa ngaye kanje, ikakhulukazi “isidalwa esifana noMalema”.

I-ANCYL isole uMalema ngokuba yiphixiphixi elithanda ukubukwa.

Le nhlangano ibe isinxusa abantu ukuba bamzibe futhi baziqhelelanise noMalema.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 430 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 918 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE