Share

Umnotho uzokwehla kakhulu uma kungaboshwa uNgqongqoshe -DA

Cape Town – Iqembu le-DA lixwayise ngokuthi uzokwehla kakhulu umnotho uma kungaboshwa uNgqongqoshe wezemimali uPravin Gordhan.

Irandi liphelelwe ngamandla ngemuva kwezindaba zokuthi uGordhan uyalelwe ukuba afike koKlebe ngoLwesine.

Ngemuva kokuqina kwalo emasontweni akamuva, irandi lehlile lafinyelela ku-R14 namahlanje, njengoba ngo-10:38 belingu-R14.14.

Funda nalolu daba:  Kushone umama nendodana kusha umjondolo

Lokhu kungemuva kokuba liqine lafinyelela ku-R13.21 ngesonto eledlule.

"Uma uNgqongqoshe engaboshwa, umnotho ungehla kakhulu,” kusho uDavid Maynier weDA.

Ihhovisi likaGordhan lithe uthole incwadi ebiphuma koKlebe ngoMsombuluko, kanti kumanje ucabanga ukuthola izaluleko zomthetho.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 364 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 499 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.90
-0.0%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.1%
Platinum
908.75
+1.3%
Palladium
1,014.28
+1.3%
Gold
2,221.04
+1.2%
Silver
24.86
+0.9%
Brent-ruolie
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.9%
Resource 10
57,251
+2.9%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE