Share

Usegwetshiwe owashisa isiteshi samaphoyisa eDullstroom

Dullstroom - Owesilisa oneminyaka engu-29 ubudala osolwa ngokushisa  amahhovisi abaseshi eDullstroom ugwetshwelwe amanye amacala.

UThomas Bhekumuzi Masina, uvele phambi kweNkantolo yesiFunda eDullstroom ngoLwesithathu.

Lo msolwa wavela phambi kwenkantolo ngomhlaka-11 Meyi 2017 lapho alengiselwa khona isigwebo seminyaka emithathu ngamacala okushaya ngenhloso yokulimaza.

Ecaleni lokuqala uMasina wahlasela owesilisa waselokishini eSakhele wabe esemphuca umakhalekhukhwini nemali.

OLUNYE UDABA:Izakhamuzi zithi isiteshi samaphoyisa sesiphenduke ikhaya labaqwayizi

Kulokhu, umsolwa watholakala nemoto enezincwadi zezimoto ezimbili ne-sound system okukholakala ukuthi kwebiwa emzini oseDullstroom.

Lokhu kwatholwa abaseshi ngesikhathi besesha ikhaya lakhe ngemuva kokuba eshise amahhovisi abaseshi.

Kulesi sigwebo sezinyanga ezingu-12, izinyanga eziyisithupha zilengiswe isikhathi esingangeminyaka emithathu.

Lesi sigwebo sihambisana nenhlawulo ka-R6 500 kodwa imali engango-R4 500 ilengiswe iminyaka emihlanu, kubika iThe Citizen.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 454 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 650 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.1%
Rand - Pound
23.91
-0.0%
Rand - Euro
20.41
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.0%
Platinum
908.05
+1.2%
Palladium
1,014.94
+1.3%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE