Share

Usesimeni esibucayi owesifazane ophume imoto ihamba

Fochville – Owesifazane usesimeni esibucayi ngemuva kokuphuma imoto ihamba kulandela ukuqubuka komlilo iku-N12 ngasedolobheni laseFochville ngoLwesihlanu, kusho abosizo lokuqala.

"Imoto kithiwa iqubuke umlilo ngemuva kokubonakala kwezinhlansi okungaziwa ukuthi bezidalwa yini, kusho okhulumela i-ER24 uPieter Rossouw.

"Owesifazane ngemuva kokugxumela ngaphandle kwemoto, umshayeli uyimisile, yena kanye nabanye abagibeli baphuma.”

Funda nalolu daba: Abasolwa ababaili bakhandwe ngamatshe babulawa

Ingane eneminyaka emithathu ubudala, nayo ebisemotweni ithole ukulimala okungatheni kanti ihanjiswe esibhedlela. Abanye ababili bona abalimalanga.”

Owesifazane osesimeni esibucayi uphuthunyiswe esibhedlela ngendiza enophephela emhlane.

URossouw uthe akwaziwa ukuthi umlilo uqutshulwe yini.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 528 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 550 votes
Vote
Rand - Dollar
19.10
+0.1%
Rand - Pound
23.79
+0.0%
Rand - Euro
20.45
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.45
-0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
924.40
+0.5%
Palladium
1,032.00
+0.6%
Gold
2,326.95
+0.2%
Silver
27.44
+0.5%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE