Share

Uvelile osolwa ngokubandakanyeka ekubulaweni kwankosikazi kaFrederiksen

Bloemfontein – Kuhlehlisiwe ukufakwa kwesicelo sebheyili kukaMotlatsi Moqedi osolwa ngokubandakanyeka ekubulaweni kukankosiakzi kaPeter Frederiksen owatholwa nezicubu 'zezinkomo' efrijini.

AboMbuso batshjele inkantolo ukuthi ufakazi nezingcingo ukhomba uMoqedi, 31, ngokubulawa kuka-Anna Matseliso Molise, 28.

UMoqedi okuthiwa ungubhululu nezigebengu kusolwa ukuthi wacelwa  nguFrederiksen ukuba kubulawe unkosikazi wakhe wathi uzomkhokhela.

OLUNYE UDABA:  Izicubu 'zezinkomo' efrijini-Umphakathi uhlalele ovalweni

UFrederiksen waboshwa ngomhlaka-17 Septhemba ngemuva kokutholakala kwezicubu zezinkomo zabesifazane efrijini.

UMolise owasiza amaphoyisa ngokuboshwa kukaFrederiksen kubikwa ukuthi wanqaba ukugcinwa endaweni evikelekile.

Amaphoyisa ophiko loKlebe athi asola ukuthi ukubulawa kukaMolise kwakuhleliwe.

UMolise wayengufakazi ongqala kuleli cala.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Election day is approaching, have you made your voting decision?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, I still haven't made up my mind
27% - 2611 votes
Yes, I know where my ‘X is going
73% - 7053 votes
Vote
Rand - Dollar
19.20
-0.0%
Rand - Pound
23.73
-0.1%
Rand - Euro
20.51
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.39
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
922.80
-0.9%
Palladium
1,010.00
-0.5%
Gold
2,308.86
-0.8%
Silver
26.92
-1.0%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,084
+0.9%
All Share
74,098
+0.7%
Resource 10
59,878
-1.7%
Industrial 25
103,219
+2.1%
Financial 15
15,763
+0.9%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE