Share

Uvelile umshayeli weveni eyadlula nengu-8 ePMB

Durban - Uvelile eNkantolo yaseMgungundlovu umshayeli weveni eyabandakanyeka engozini eyayinyantisa igazi, eyadlula nemiphefumulo yezingane ezingu-8 zesikole iFezokuhle Primary.

ULungile Mthikhulu, 33, obhekene namacala angu-8 okubulala ngokungenhloso nelokuhayela ngobudedengu ubebheke phansi engena enkantolo.

Ngomhlaka-28 Januwari iveni elalilayishe izingane zesikole ezingu-25 lashayiasa uthango lase lingena emzini womuntu kwashona ezingu-6 endaweni yesigameko kwathi ezimbili zashonela esibhedlela ngemuva kwesikhashana.

OLUNYE UDABA:  Kulimale inqwaba yezingane engozini ePMB

Amaphoyisa asola ukuthi imbangela yesigameko ngamabhuleki kodwa ngemuva jkwezinyanga ezingu-8 zophenyo kukholakala ukuthi amabhuleki alimala ngesikhathi sengozi kwatholakala ukuthi awasiyo imbangela yengozi.

UMthimkhulu walimala kule ngozi wase enyamalala emehlweni omphakathi ngemuva kokuphuma esibhedlela, wathutha nasendaweni yaseMbali ngoba umphakathi wawudinwe ubhodla umlilo kulandela ingozi.

Amanye amalungu emndeni ezisulu abesenkantolo atshele abeDaily News ukuthi athukuthele futhi adangele ngokuthi uMthimklhulu akaze avele eyoxolisa ngengozi noma abachazele ngokwenzeka.

Icala likaMthimkhulu lihlehlele umhlaka-15 Disemba kanti ungaphandle ngesexwatyiso.

Uhlu lwamagama ezisulu ezashona kule ngozi:


Snekhonke Mchunu, 8

Owami Mahlaba, 10

Sinenhlanhla Nkomo, 8

Akhona Shezi, 9

Sinethemba Chonco, 7

Snenhlanhla Dlamini, 7

Olwethu Vilakazi, 9

Nonzuzo Zuma, 11

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 559 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 804 votes
Vote
Rand - Dollar
18.88
+0.3%
Rand - Pound
23.86
+0.2%
Rand - Euro
20.39
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE