Share

UZuma uqoke usihlalo omusha we-SAHRC

Cape Town  - UMengameli Jacob Zuma uqoke uSolwazi Bongani Majola njengoSihlalo omusha weKhomishana lamaLungelo Abantu eNingizimu Afrika.

UMajola uqokelwe iminyaka eyisikhombisa ekulekhomishana iSouth African Human Rights kusukela ngoJanuwari ngemuva kokuphakanyiswa yikomidi lezobulungiswa ePhalamende.

OLUNYE UDABA:Sebekhethiwe abahamba phambili kwesoMvikeli woMphakathi

Lokhu kuza ngemuva kwezinyanga ezintathu uMjola akhala ngaphansi esikhundleni sokuba wuMvikeli woMphakthi.

Waphuma ngesikhathi wonke amaqembu, ngaphandle kweDemocratic Alliance akhetha u-Advocate Bususiwe Mkhwebane ukuba abenguMvikeli woMphakathi wakuleli.

UMajola uqokwe kanye nabanye okhomishana, kusho ihhovisi likamongameli esitatimendeni ngoLwesihlanu.

UDevikarani Jana uqokelwe ukuba yiSekela likaSihlalo wekhomishana kanti u-Andrew Gaum, UMatlhodi Makwetla, noAdvocate Joseph Malatji baokwe ngokuphelele.

U-Andrew Nissen noJonas Sibanyoni  bona abaqokiwe ngokuphelele.

"Umengameli Zuma ufisele amakhomishana amasha konke okuhle kanye nalawo aphumayo."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 552 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 795 votes
Vote
Rand - Dollar
18.88
+0.3%
Rand - Pound
23.85
+0.2%
Rand - Euro
20.37
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE