Share

AbeGaza babulale amasosha akwa-Israel

Jerusalem - Izidlamlilo zaseGaza ezingenele kwa-Israel zihamba ngomhhume zibulale amasosha akwa-Israel amahlanu eNahal Oz, nokuyidolobha elisemngceleni wezwe neGaza Strip.

"La masosha abulawe ngesikhathi abashokobezi bezama ukuhlasela besebenzisa lo mhhume osuka eGaza Strip uya eNahal Oz," kusho uMnyango wozokuVikela esitatimendeni.

Umbutho wezempi kwa-Israel ubiza abeHamas ngabashokobezi njalo uma ukhuluma ngabo.

Lesi sigameko sangoMsombuluko sibeke ku-10 inani lamasosha ashone ngosuku olulodwa.

Angu-53 amasosha akwa-Israel asebulewe kusukela leliya lizwe laqala ukuhlasela eGaza ngoJulayi 8, nokungudlambedlu oselubone abantu ababalelwa ngaphezu kuka-1 000 bebulawa eGaza.

I-Israel yathi yenza lokhu ukuzivikela enhlanganweni iHamas, neyathi ihlasela emoyeni.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Election day is approaching, have you made your voting decision?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, I still haven't made up my mind
27% - 2623 votes
Yes, I know where my ‘X is going
73% - 7131 votes
Vote
Rand - Dollar
19.22
-0.1%
Rand - Pound
23.75
-0.2%
Rand - Euro
20.51
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.39
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
920.60
-1.1%
Palladium
1,002.00
-1.3%
Gold
2,303.22
-1.0%
Silver
26.83
-1.3%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
67,768
+0.4%
All Share
73,745
+0.3%
Resource 10
59,030
-3.1%
Industrial 25
102,660
+1.6%
Financial 15
15,832
+1.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE