Share

Amasosha ase-Israel abulale abasePalestine

Hebron – Amasosha ase-Israel abulale abalisa ababili basePalestine edolobheni laseWest Bank eHebron  abasolwa ngokubulwa amabhungu amathathu.

Ngokubika kwezindaba ze-eNCA laba ababili bangamalungu eHamas kanti babulawe ngoLwesibili njengoba besolwa ngukubulala lamabhungu ase-Israel ngoJuni.   

Umbiko uthi uMarwan Kawasme no-Amar Abu Aysha bobabili abaneminyaka ekuma-30 ubudala badutshulwe bashona ujuqu ngesikhathi amasosha ase-Israel egasele emzini okusolakala ukuthi bebehlala kuwona.

OLUNY EUDABA: Kuhlaselwe ngeziqhumane kwa-Israel

Kubikwa ukuthi bese kuphele amasonto amathathu amasosha ethungatha la madoda.

Laba bobabili kubikwa ukuthi bebesolwa ngokuthumba nangokubulala amabhungu amathathu ase-Israel abengabafundi eWest Bank ngomhlaka 12 Juni.

“Sizamile ukubabopha kodwa bavulela ngenhlamvu nathi sangabe sisananaza saphindisela ngenganono,” kusho okhulumela amasosha ase-Israel uLt-Col Peter Lerner.


     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 497 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 523 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.4%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
920.40
-1.1%
Palladium
1,026.50
+1.1%
Gold
2,322.61
-0.2%
Silver
27.34
+0.6%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE