Lo wesifazane kuthiwa wayebukha aze alale kubo utshwala ezithwele.
Iziphathimandla zendawo zafaka isicelo zifuna ukunxeshezelwa nguhulumeni, zimele le ngane eneminyaka eyisikhombisa ubudala eziyigadayo.
OLUNYE UDABA: Ingane izalwe nekhanda elilodwa nobuso obubili
Ingane le kuthiwa yakhubazeka ngenxa yokuphuza kukanina.
Abameli bazwakalisa ukuthi lo mama waba budedengu ngesikhathi ephuza ihhafu kagologo nobhiya zonke izinsuku ebe ezazi kahle ukuthi ukhulelwe.
- “Like”
ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho