isiZulu Ama site/IZINHLELO >

Balimele kuqhuma ibhomu eTurkey

2012-08-09 15:16
Turkey - Amabhomu amabili aqhume eceleni komgwaqo elimaze ibhasi ebelithwele amasosha aseTurkey, kwashona oyedwa kwalimala amanye angu-11, kusho iHhovisi likahulumeni ngoLwesine.

Ukuqhuma kushaye ibhasi ngase-Aegean eFoca, kusho owehhovisi lesifundazwe sase-Izmir, uCahit Kirac wasesifundazweni sase-Izmir uyena oqinisekise lezi zibalo.

Imibiko ithi phakathi kwabalimele, ngamasosha ayisithupha bese abanye kube yizakhamizi.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Ad:Retirement Plan from R150/m (RSA Residents Only)
«Emuva
Ad:Family Funeral Plan from R36/m (SA residents only)