Managua - Abatakuli eNicaragua bakwazile ukuhlenga bonke bavukuzi abangu-20 besaphila kulandela ukuvaleleka emathunjini omhlaba isikhathi esingaphezu kwamahora abangu-24.
Nokho abanye abavukuzi abayisihlanu basadukile.
"Sithanda ukubonga uNkulunkulu noMariya ngokusindisa abavukuzi bethu abangu-20 yize bebevaleleke emgodini isikhathi eside kangaka," kusho unkosikazi kamenganeli uRosario
Murilo.
UMurilo nguye okhulumela uhulumeni.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.