Share

Bathole ukuthi bayizelamani abathandanayo

New York - Zithuke zoma izithandani zobulili obubodwa ngesikhathi zizwa ukuthi ziyizelamani ezingezona ezegazi ohlelweni iJeremy Kyle.

UPaul no Lee bahlanga kwi-internet dating service, balokhe bexoxa kuyo iminyaka emibili nesigamu ngaphambi kokuhlangana.

Laba bobabili sebethandane kusukela ngonyaka-2014 kuNovemba.

Ngokusho kwe-www.uk.lifestyle.yahoo.com, uLee wethula uPaul kunina u-Ena noyise angamzali. Abantu babe sebebona ukwefana kwezici zowayengumyeni ka-Ena, uRon nalezo zikaPaul.

OLUNYE UDABA: Siphume phambili isitabane kwelekhefu labazithwele

Kube sekuvela ukuthi uPaul unesibongo esifanayo nesikaRon nokuthi uLee unomfowabo abengakaze ezwe ngaye.

UPaul akazange akhuliswe ngunina kusukela enezinyanga ezingu-18 ezelwe ehlaliswe nosonhlalakahle wabe esethola umndeni eseneminyaka emithathu ubudala.

ULee noPaul babesebevela ohlelweni lwakumabonakude iJeremy Kyle lapho okwenziwa khona ulibofuzo.

Ohlelweni kwadalulwa imiphumela eyayithi uLee noPaul bazalwa ngu-Ena bobabili.

Ngesikhathi uKyle ebabuza ukuthi bazoziguqula kanjani izinto njengoba bebeyizithandani ngemuva kokuthola ukuthi bangobhuti bobabili baphendula bathi abakazi.

IVideo yohlelo:

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 902 votes
No! It's time to move on ...
33% - 439 votes
Vote
Rand - Dollar
18.73
+1.5%
Rand - Pound
23.40
+1.7%
Rand - Euro
20.06
+1.7%
Rand - Aus dollar
12.26
+1.1%
Rand - Yen
0.12
+2.3%
Platinum
924.00
-0.2%
Palladium
966.00
-2.5%
Gold
2,341.38
+0.4%
Silver
27.47
+0.2%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,366
+1.4%
All Share
75,360
+1.4%
Resource 10
62,534
+0.7%
Industrial 25
103,980
+1.4%
Financial 15
16,105
+1.9%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE