Cape Town - Kunohlobo lwabantu abangazizwa kahle uma kunokuthula empilweni yabo, sengathi njalo kungaba khona isiphithiphithi esiba khona.
Ikhehla laseCzech Republic, 77, libukeka lingomunye wabantu balolu hlobo.
Umkhulu lona uhlulekile ukuma alinde kudlule isitimela bese ewela.
Uthwetshulwe ngamakhamera akwa-CCTV encwintwa yisitimela, esegijimela ukuphephisa impilo yakhe.
Abezindaba ze
Huffington Post bathi umadala uthole umhuzukwana ongatheni.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.
– Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.