Share

I-WHO ithi akuvulelwe usizo eGaza

Cape Town - IWorld Health Organization ngoLwesihlanu inxuse ukuba kuvunyelwe izinhlangano eziletha usizo eGaza Strip ukuze kuhlengwe abalimele.

"I-WHO icela ukuba kuvunyelwe ukulethwa kosizo kubantu ....ezindaweni ezahlukene ukuze kusizwe iningi labantu abalimele,” kusho uPaul Garwood,okhulumela i-UN health agency.

"Nsuku zonke siyakhula isibalo sabantu abalimalayo nabashonayo,” usho kanje etshela izintatheli.

UGarwood uthe abantu abamele i-WHO sekuphele izinsuku bexhumana nabakwa-Israel nabaseGibhithe ngenhloso yokuba kudingidwe udaba lokuvulwa kwendlela yokusiza abantu.

NgoLwesine uthe isibalo sabantu abalimele eGaza kusukela kuqale impi, sesimi ku-5,118, okubalwa phakathi izingane ezingu-1,561, nabesifazane abangu-1,700 women nezaguga ezingu-203.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Are you among the many South Africans who've added more tinned fish to their grocery baskets?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, pilchards is the new chicken
41% - 430 votes
No, I can't stand canned foods
59% - 623 votes
Vote
Rand - Dollar
18.65
-0.7%
Rand - Pound
23.27
-0.5%
Rand - Euro
20.06
-0.7%
Rand - Aus dollar
12.25
-0.3%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
966.06
-1.3%
Palladium
952.01
-2.3%
Gold
2,309.76
-0.2%
Silver
27.24
-0.0%
Brent Crude
83.16
-0.2%
Top 40
70,694
-0.1%
All Share
76,916
-0.0%
Resource 10
60,401
-1.0%
Industrial 25
107,458
+0.3%
Financial 15
16,733
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE