Ngokuboniswa kule video leli bhokisa, uVido Loncar, ligile lo mhlola ngesikhathi kunomqhudelwano we-Junior Boxing Championship eCroatia.
Lesi sigameko sishaqise abaningi njengoba kuphoqeleke ukuthi kungenele abanye onompempe esemkhwelele ngesibhaxu.
OLUNYE UDABA: Akayeke ukubawuza uMayweather - Ibhokisa
Isenzo saleli bhokisa siqoshiwe kanti sesisabalele umhlaba wonke.
Buka i-video uzibonele ibhokisa lithela phansi unompempe ngamankomane.
- “Like”
ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho