Beijing - Ugile izimanga umthwebuli kamabonakude waseChina ngesikhathi eginqa phansi isilomo somsubathi u-Usain Bolt esanda kuqenda kugijima.
Ngemuva kwalesi sigameko uBolt uncokole ngaso wathi; "Bebezama ukungibulala kodwa kwangalunga," ehleka.
Kiwivideo esabalale ezinkundleni zokuxhumana lo mthweni obehamba ngomshini onamasondo ethwebula uhlulekile ukulawula umshini abehamba ngawo washayisa lesi sihlabani esinqenqeleza phambili kubasubathi emhlabeni.
Zibonele i-video lo mthwebula ethela phansi uBolt ngezansi:
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho