Share

Ibonakala yehla imimoya ngokubulawa kwebhungu

St Louis – Bangaphezulu kwabangu-100 abantu abamashe ngokuthula eSt Louis ngoLwesibili befuna kuboshwe iphoyisa lomuntu omhlophe eladubula labulala ibhungu lomuntu omnyama eFerguson, eMissouri, emasontweni amathuthu edlule.

Ngokushona kwelanga, iqeqebana labantu libonakale limasha emgwaqeni waseFerguson okuyindawo esiphenduke isizinda semibhikisho kusukela kwabulawa uMichael Brown, 18, kodwa isimo besingashubile futhi abemancane namaphoyisa abonakale endaweni.

Ukushona kukaBrown kwenze amehlo omhlaba abheka iMelika ngesimo sokwahlukana ngokobuhlanga kwavusa amanxeba amadala ezigameko ezifuze lesi, okubalwa kusona esokubulawa kukaTrayvon Martin, 17, eFlorida ngo-2012.

Umndeni kanye nabalandeli baBrown babungaze impilo yakhe ngoMsombuluko esontweni laseSt Louis.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 701 votes
No! It's time to move on ...
33% - 351 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
+0.0%
Rand - Pound
23.80
-0.0%
Rand - Euro
20.40
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.44
-0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.7%
Platinum
929.90
+0.5%
Palladium
992.50
+0.2%
Gold
2,344.97
+0.5%
Silver
27.69
+0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,111
+1.0%
All Share
75,033
+1.0%
Resource 10
62,918
+1.3%
Industrial 25
103,789
+1.2%
Financial 15
15,853
+0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE