Share

Idolobha elingenabo abesilisa

Brazil - Idolobha elibuswa ngabantu besifazane ababalelwa eminyakeni ephakathu kuka-20 kuya ku-35 ubudala kanti iningi labo alishadile. 

Ngokusho kwabeMirror, idolobha iNoiva do Cordeiro elise ndaweni eseningizimu mpumalanga neBrazil elinabantu abangu-600 besifazane bodwa asebezikhalele ngokuzitholela abesilisa abangashadile futhi abangenankinga nokudansela isigingci sabo.

Kepha-ke akusizo zonke izakhamuzi zakuleli dolobha abangashadile.

Abanye balaba besifazane bashadile futhi banemindeni yabo. Abayeni babo basebenzela kude nasemakhaya kanti bavunyelwe ukuba bafike ngezimpelasonto kuphela.

Izngane zesilisa ziyahanjiswa uma sezineminyaka engu-18 ubudala njengoba bengadingeki abantu besilisa kuleli dolobha, kubika iSowetan.

Yize abesifazane bakuleli dolobha bekujabulela ukuba bodwa singekho isicefe sabantu besilisa iningi la labo abahle futhi abangashadile seliqala ukukhathazeka.

"Amadoda esiwabonayo yilawo asevele eseshadile noma ahlobene nathi.Senginesikhathi ngagcina ukuqabula indoda.Sifisa ukuwazi kancono amadoda futhi azokwazi ukushiya izimpilo zawo azohlala nathi.

"Kodwa kufanele avume ukuthobela imithetho yethu kuqala ngaphambi kokuthi azohlala nathi," kuzwakale omunye wesifazane uNelma Fernandes oneminyaka engu-23 ubudala esho njalo.

Okwadala ukuthi bengafuni ukuphathwa nokulawulwa indoda ingoba omunye wabefundisi u-Anisio Pereira osewadlula emhlabeni wayebashayela umthetho kakhulu ebatshela ukuthi bengaphuzi, bengawulaleli umculo, bengahleli nokunye okuningi.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
64% - 286 votes
No! It's time to move on ...
36% - 163 votes
Vote
Rand - Dollar
19.03
+1.0%
Rand - Pound
23.75
+0.8%
Rand - Euro
20.37
+0.9%
Rand - Aus dollar
12.39
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.1%
Platinum
911.30
-0.1%
Palladium
997.00
-0.8%
Gold
2,326.89
+0.5%
Silver
27.36
+0.7%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,359
-0.3%
All Share
74,287
-0.3%
Resource 10
61,513
+1.8%
Industrial 25
102,602
-1.4%
Financial 15
15,848
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE