Share

Ilusizi inja eyashiywa ngubasi wayo emhlabeni

Siberia - Inja ogama layo nguMasha kuthiwa ayipheli esibhedlela saseSiberia, lapho kwashonela khona ubasi wayo esikhathini esingangonyaka esedlule.

Ngokombiko weSiberian Times, iziguli nezisebenzi zasesibhedlela saseNovosibirsk District Hospital Number One sezikwenza umsebenzi wazo ukuqinisekisa ukuthi le nja ithola umbhede nokudla njalo uma ifikile.

"Uyalubona usizi ukuthi lubhalwe emehlweni ayo le nja,” kusho ongudokotela kulesi sibhedlela uVladimir Bespalov etshela izintatheli.

OLUNYE UDABA: Baboshiwe abalengise inja

Kuthiwa uMasha uyahamba njalo ntambama eyogada umuzi abebehlala kuwo nobasi wakhe, kodwa aphinde abuyele esibhedlela ekuseni.

"Kuyabonakala ukuthi uMasha usalinde ubasi wakhe ukuthi abuyele ekhaya. Noma abanye abantu bezama ukum-adoptha uhlala kancane bese eyabaleka,” kusho elinye lamanesi.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 460 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 485 votes
Vote
Rand - Dollar
19.12
+0.4%
Rand - Pound
23.82
-0.5%
Rand - Euro
20.47
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.41
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
921.20
-1.0%
Palladium
1,027.50
+1.2%
Gold
2,328.22
+0.1%
Silver
27.34
+0.6%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE