Share

Indoda idinwe unkosikazi yazibulala nengane

Busia – Izakhamuzi zaseMuramia, eBusia ngoLwesihlanu zivuke ngezindaba ezithusayo ngesikhathi zithola umlisa eziminzisile emfuleni kanye nendodakazi yakhe eneminyaka emibili.

Ngokusho kukagogo wakhe, umufi, uPhilip Wandera, owayehlala eNairobi nomndeni wakhe, bebevakashele endaweni ngesikhathi kwenzeka lokhu.

Kuthiwa uthole umyalezo ocingweni lukankosikazi wakhe obuphuma kwenye indoda, kwabe sekusuka ingxabano.

“Ngemuvakwalokho unkosikazi ubalekele emzini ka-anti wakhe,” kusho abazibonehe.

Kuthiwa lo mlisa obediniwe uthathe izingane, wahamba nazo waya emfuleni, wafike waphonsa khona ingane encane ebikade ilele.

Ube esezama ukufaka nenye ingane kodwa wangaphumelela ngoba ibikwazi ukuziphumela.

Ingane ekwazile ukubaleka ibikele izakhamuzi.

Kuthiwa lo mlisa uthathe ifoni yakhe nekankosikazi ngesikhathi eyoziminzisa emfuleni. 





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1061 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1132 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
+0.0%
Rand - Pound
23.95
+0.0%
Rand - Euro
20.57
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.50
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
910.70
-0.2%
Palladium
998.50
-0.7%
Gold
2,317.45
+0.1%
Silver
27.15
-0.0%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,574
0.0%
All Share
74,514
0.0%
Resource 10
60,444
0.0%
Industrial 25
104,013
0.0%
Financial 15
15,837
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE