Share

Ingase ikushiye uyimpumputhe iViagra - Ucwaningo

Sydney - ISildenafil, okuyisithako esifakwe emaphilisini akhuthaza imizwa yocansi, iViagra®, ingase idale izinkinga zamehlo kubantu abaphathwa amehlo kanti futhi ingase yenze babeyizimpumputhe ngokuhamba kwesikhathi, kuxwayisa abacwaningi be-UNSW Australia.

ISildenafil ingabangela ukuthi ama-enzyme asiza ukuthi umuntu abone emehlweni angase angasebenzi kahle, kanti futhi kuyinto eyazekayo ukuthi ukusebenzisa iViagra® ngaphezulu kwesikalo esivumelekile kungenza umuntu angaboni kahle emehlweni.

Funda nalolu daba: Kushone indoda ephathini yocansi.

"Umonakalo ongadalwa yilesi sithako uhlanganisa ukuba umuntu axhopheke kakhulu uma ebhekene nento ekhanya ngokugqamile, ukubona lufifi kanye nezinkinga zokungaboni kahle imibala,” kusho uDr Lisa Nivison-Smith, we-UNSW School of Optometry and Vision Science. 

"Sikhathazekile ngokuthi abantu abangenazo izinkinga zamehlo kodwa abanolibo fuzo (genes) olunenkinga encane oluqondene namehlo, bangase bagcine bengaboni emehlweni,” usho kanje.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 568 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 811 votes
Vote
Rand - Dollar
18.88
+0.3%
Rand - Pound
23.86
+0.2%
Rand - Euro
20.39
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE