Paris - Indoda edabuka eFrance, isisungule iphilisi elizokwenza isishiphi sakho sinukise okwamaswidi noma izimbali.
Ngokusho kwabezindaba zeTelegraph uChristian Poincheval, useqalile ukuthengisa leli philisi kwi-website yakhe i-pilulepet.com.
Funda nalolu daba: Umjovo owenza abesifazane basheshe bachithe
Ngokusho kukaPoincheval, wafikelwa yilo mqondo ngesikhathi edla nabangani bakhe, kuba khona ophunyakayo wasuza.
“Umsuzo wethu unuka kabi kakhulu, ngabona ukuthi kungagcono kwenziwe okuthile."
Iphilisi
libiza u-R137, lilodwa.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.