Las Vegas - Iziphathimandla zasibhedlela saseLas Vegas zithumele ngephutha elondolo izidumbu zezingane ezizalwe zishonile, zigoqwe ngamashidi.
Izidumbu bese zifakwe emshinini wokuwasha kanye nezingubo ezithunyelwe yisibhedlela iSpring Valley Hospital ngoLwesibili.
Okhulumela amaphoyisa aseHenderson uKathleen Richards uthi abaseshi bathole ukuthi lokhu kwenzeke ngephutha futhi akukho okungalungile okusolisayo ngalesi sehlakalo.