Share

Isimanga kushada izitabane ejele

Rio De Janeiro – Kumangaze abaningi ukushada kweziboshwa ezimbili zesifazane ejele laseBrazil eziboshelwe ukubulala zombili ngokwemibiko yabezindaba.

Kubikwa ukuthi ukuthi uSuzanne Von Richthofen oneminyaka engu-30 ubudala oboshwe ngo-2002 oqhuba isigwebo seminyaka engu-39 ushade noSandra Regina Sanchez owagwetshwa imingaka engu-27 ngemuva kokuboshwa ngo-2006. 

OLUNYE UDABA: Umengameli ufanise izitabane nezinambuzane

Umbiko uveza ukuthi uVon Rochthofen  owapheka itulo lokubulawa kwabazali bakhe wanqaba ushwele ukuze achithe isikhathi nesithandwa sakhe ngaphakathi ejele.

USanchez yena waboshelwa ukuthumba nokubulala usana ayefuna abazali balo bakhokhe kodwa bangakhokha.  

Izwe laseBrazil lingelinye lamazwe akuvumelayo ukushada kobulili obufanayo.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 453 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 970 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE