Share

Isimungumungwane sibulale izingane eVietnam

Hanoi - Kushone izingane ezingaphezu kuka-110 zibulawa ukubheduka kwesimungumungwane eVietnam kulo nyaka uwodwa, kusho umbiko wabezindaba ngoLwesihlanu.

Sekube nezigameko ezingu-8 500 ezibikiwe kulo nyaka, ngokusho koMnyango wezeMpilo ngoLwesine ntambama, kusho umbiko weTuoitrenews.

Ezigamekweni ezingu-87% ezibikiwe kutholakale ukuthi izingane bezingagonywa.

Izibhedlela zinomthamo omkhulu walezi zigameko njengoba abazali abaphethwe yitwetwe sebeletha ngisho izingane ezingenalutho, nokubhebhethekisa kakhulu leli gciwane, kusho umbiko.

Ukubika ngemikhonyovu yokugoma kulo nyaka odlulile kwenze abazali ukuba bahudule izinyawo ekugomeni abantwana babo.

Ngo-Ephreli 10, iSekela likaNgqongqoshe wezeMpilo uNguyen Thanh Long wathi zingu-25 kuphela izingane ezibulewe yilo bhedukane, nokwaqubula umsindo wokuthi izikhulu zizama ukufihla umonakalo.

Lesi sifo sagcina ukubulala izingane kuleliya lizwe ngo-2009-2010, nalapho kwashona khona izingane ezimbili.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 813 votes
No! It's time to move on ...
33% - 407 votes
Vote
Rand - Dollar
18.86
+0.8%
Rand - Pound
23.61
+0.8%
Rand - Euro
20.24
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.6%
Rand - Yen
0.12
+1.5%
Platinum
924.60
-0.1%
Palladium
976.00
-1.5%
Gold
2,348.14
+0.7%
Silver
27.62
+0.7%
Brent-ruolie
89.01
+1.1%
Top 40
69,176
+1.1%
All Share
75,109
+1.1%
Resource 10
62,708
+1.0%
Industrial 25
103,837
+1.3%
Financial 15
15,937
+0.9%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE