Share

Isoka livume elokubulala unina wentombi

Denpasar – Umlisa waseMelika useze wavuma ukuthi wabulala unina wentombi yakhe ehhotela likanokusho e-Indonesia, eIsland of Bali, kanti intombi yakhe yona ivumile ukuthi yamsiza ngesikhathi behlohla isidumbu eposimendeni, kusho amaphoyisa ngoLwesihlanu.

Isidumbu esaziqotshiwe sikaSheila von Wiese Mack, 62, satholwa eposimendeni elalisebhuthini lemoto eyayipake ngaphandle kwehhotela iNusa Dua ngo-Agasti 12.

Funda nalolu daba: Osolwa ngokuqoba unina utholele ingane ummeli.

Indodakazi yakhe, uHeather Mack, nesoka layo, uTommy Schaefer, babehlala naye umufi eSt Regis hotel kodwa babalekela kwenye indawo ngemuva kwesenzo sabo.

Babanjwa ngosuku olulandelayo.

Basagcinwe esitokisini eBali njengoba amaphoyisa asaqhuba uphenyo kanti bangase bathole isigwebo sentambo uma betholwa necala lokuhlela ukubulala.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1025 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1089 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
-0.5%
Rand - Pound
23.95
-0.7%
Rand - Euro
20.56
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.48
-0.7%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
912.40
-0.8%
Palladium
1,005.00
-2.1%
Gold
2,314.58
-0.3%
Silver
27.17
-0.5%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,574
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,837
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE